1887

oa Codicillus - Politics and the constitution of South Africa : an inquiry into the legality and constitutionality of the Democratic Alliance

 

Abstract

Amaqembu ezombusazwe nentando yeningi eNingizimu Afrika : ukuphawula ngokubasemthethweni nokuhambisana nomthethosisekelo kweDemocratic Alliance


IDemocratic Alliance (DA) yaletha inguquko ebabazekayo kwezombusazwe wezwe lethu, futhi adlondlobula njengenhlangano ephambili kwezombusazwe ngemuva kwe-ANC. Kulo mbhalo, umbhali uhlola ukuba semthethweni nokuhambisana nomthethosisekelo kweDA. Ubuye abheke ubunjalo beDA, okungukuthi ngabe iyiqembu elisha yini? Ngabe iliqembu elihlanganisiwe noma ngabe ingamaqembu ahlangene kepha aziphethe ngokwehlukana kwawo? Umbhali uqhubeka abuze ukuthi ngabe iDA iyiqembu nje elihlangene ngesivumelwano sokusebenzisana? Iyiqembu elihlanganiswe lakha into eyodwa, noma ihlanganise amaqembu azimele ezombusazwe anesivumelwano soku- sebenzisana ngeizinhloso zokhetho kuphela?

Loading

Article metrics loading...

/content/codi/43/1/EJC27387
2002-05-01
2016-12-05
This is a required field
Please enter a valid email address
Approval was a Success
Invalid data
An Error Occurred
Approval was partially successful, following selected items could not be processed due to error