1887

oa Codicillus - Some aspects regarding the vesting of property of the solvent spouse in the trustee of the insolvent spouse's estate

 

Abstract

Amanye amaphuzu okunikezelwa kwempahla yokuganenwe naye osesimweni esihle ekumelananeni nemithwalo yakhe, kulowo ogunyaziswe ukulawula impahla yokuganenwe naye osesimweni esingesihle sokumelana nezikweletu anazo.


Lo mnikelo uxoxa ngezici ezitholakala kusigaba 21 soMthetho 24 wokwehluleka ukukhokha izikweletu ka-1936 olungiselela ukuthi ezimweni ezithile, impahla yalowo okuganenwe naye osesimweni esihle sokumelana nezikweletu zakhe, ibuye inikezelwe kulowo ogunyaziswe ukulawula impahla yalo omunye okuganenwe naye ongasakwazi ukumelana nezikweletu zakhe. Lesi sigaba sidala impikiswano enkulu futhi sesikhiqize ingxoxo ebanzi kwezezifundiswa. Lo mnikelo ubuye udingide isinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo kusinqumo sikaHarksen lapho ukuhambisana nomthethosisekelo kwesigaba 21 kwakubuzisiswa khona. Umbhali ucela ukuthi kube nenguquko kulesi sigaba ngoba sivame ukubeka ubunzima bezezimali obungafanele kwabesifazane.

Loading

Article metrics loading...

/content/codi/43/1/EJC27391
2002-05-01
2016-12-08
This is a required field
Please enter a valid email address
Approval was a Success
Invalid data
An Error Occurred
Approval was partially successful, following selected items could not be processed due to error