1887

oa Codicillus - Legal rights of people vulnerable to HIV / AIDS in Africa

 

Abstract

Umbhali udingida ilungelo labantu abaphila ne-HIV / AIDS noma abasengcupheni ye-HIV / AIDS lokuba bathole ukulingana emehlweni omthetho kanye nelungelo lokungabandlululwa. Umbhali ubheka izikhali ezahlukahlukene zamazwe ngamazwe nezesifunda kumalungelo esintu, umthetho osetshenziswa ekhaya, amalungiselelo omthethosisekelo nawomthetho aqinisekisa ukwethanyelwa kwamalungelo esintu ngabantu, okubalwa kubo nalabo abaphila ne-HIV / AIDS. Ugxila ikakhulukazi kumalungiselelo afanele omthethosisekelo waseNingizimu Afrika kanye nowaseNigeria kanye nomthetho wamalungelo esintu, aphethe ngokuthi abantu abaphila ne-HIV / AIDS banelungelo elikwazi ukuphoqwa njengodaba lomthetho, kanye nokuthi ukubandlululwa ngenxa ye-HIV / AIDS kuyenqatshelwa ngokubanzi.

The author discusses the right of people living with or vulnerable to HIV/ AIDS to enjoy equality before the law as well as the right not to be discriminated against. The author considers various international and regional human rights instruments, domestic law, and constitutional and statutory provisions which guarantee the enjoyment of human rights by individuals, including those living with HIV / AIDS. He looks specifically at the relevant provisions of the South African and Nigerian Constitutions and human rights law. He concludes that people living with HIV / AIDS have enforceable legal rights as a matter of law, and that discrimination on the basis of HIV / AIDS is generally proscribed.

Loading

Article metrics loading...

/content/codi/45/1/EJC27426
2004-01-01
2016-12-07
This is a required field
Please enter a valid email address
Approval was a Success
Invalid data
An Error Occurred
Approval was partially successful, following selected items could not be processed due to error