1887

oa Codicillus - Immigration to South Africa : not a cheap affair

 

Abstract

UMthetho weziFiki waseNingizimu Afrika wenza amalungiselelo ezinhlobo ezahlukene zokuba ngumhlali ohlala unomphela. Umbhali uqhakambisa izidingo ezahlukene ezisebenza ezinhlotsheni lezi ezahlukahlukene, ikakhulukazi izidingo eziphakeme zezezimali ezibekwe yiMibandela yoMthetho weziFiki. Lapho kusuke kunikezwe khona imvume yokuhlala ngokwesigaba 27 esuke yesekelwe `kwezinye izizathu', uMthetho uvumela uMnyango wezaseKhaya ukuba usebenzise ukubona kwawo uma kukhulunywa ngokusetshenziswa kwesigatshana sesidingo sezimali (isigaba 27(c)(i). Lokhu kuveza umbuzo omayelana nokuthi ngabe lesi sigatshana siyisimo sokuthatha isinqumo esilusizo yini uma sesisetshenziswa.

The South African Immigration Act makes provision for different types of permanent residence. The author highlights the different requirements that apply to the various types, and more particularly the high financial requirements set by the Immigration Act Regulations. In the case of a permanent residence permit granted in terms of s 27 on the basis of 'other grounds', the Act permits the Department of Home Affairs to exercise its discretion when it comes to applying the financial requirement clause (s 27(c)(i)). This raises the question as to whether this clause constitutes a useful criterion in practice.

Loading

Article metrics loading...

/content/codi/45/1/EJC27427
2004-01-01
2016-12-03
This is a required field
Please enter a valid email address
Approval was a Success
Invalid data
An Error Occurred
Approval was partially successful, following selected items could not be processed due to error