1887

oa Codicillus - Islamic Waqf and Environmental Protection

 

Abstract

Imvelo ivamise ukuba yiyo ethola ukulimala, kuzo zombili izikhathi zoxolo nezokungqubuzana kuhlonyiwe. IWaqf ilusiko oludala, kepha iyakwazi ukuguquguqulwa futhi ikwazi ukuphendulwa ukuze ibhekane nezidingo zomphakathi. Indawo okuphilwa kuyo okungeyemvelo ingaba ngenye esizakalayo ngeWaqf. Empeleni, imithombo yezezimali yeWaqf kumele isetshenziselwe ukuxhasa imvelo, iyigcine ihlanzekile. Izinkinga zendawo okuphilwa kuyo kungaliwa nazo ngale ndlela, inqobo nje uma ukuxhaswa loko kungephuli umtheto wamaSulumani noma intando yeWaqf njengoba iqukethwe kusitatimende sayo.

Nature is often the victim, both in times of peace and in times of armed conflict. The Waqf is an old Islamic tradition, yet it is flexible and can be adapted to respond to the needs of society. The natural environment could be one of the beneficiaries of the Waqf. In fact, the financial resources of the Waqf should be used to protect nature and to keep it clean. Provided the support does not violate an Islamic rule or the Waqif's statement, environmental problems could be effectively combated in this way.

Loading

Article metrics loading...

/content/codi/45/2/EJC27442
2004-01-01
2016-12-09
This is a required field
Please enter a valid email address
Approval was a Success
Invalid data
An Error Occurred
Approval was partially successful, following selected items could not be processed due to error