1887

oa Codicillus - Competition Law in the South African law curriculum : a sorry state of affairs

 

Abstract

Ukuncintisana kungachazwa njengenqubo eguqupqukayo yokubangisana ngalokho okuthengiswayo, phakathi kwalabo abahlanganyelayo luqobo kanye nabangahle babe namandla okuhlanganyela emakethe abatshala izimali ekukhiqizweni nasekuthuthukisweni kwezimpahla nezinkonzo. Umthetho wokuncintisana awuwona umkhakha womthetho ozimele, kephu uphathelene nokusetshenziswa ngokusemthethweni kwemigomo yezomnotho. Njengoba udingeka ekusebenzeni okuhle kwezomnotho, umthetho wokuncintisana kudingeka ungenelele futhi usize empilweni yansuku zonke yezomnotho wezwe. Kulo mbhalo, umbhali ukhuthaza izikhungo zezemfundo ukuba zifake isandla ngokuthe xaxa ekuthuthukisweni kwalesi sifundo esisemqoka.

Competition can be described as a dynamic process of rivalry for sales between actual and potential market participants, both of whom invest capital in the production and development of goods and services. Competition Law is not an independent field of law, but focuses on the legal application of certain economic principles. Since it is essential to the efficient functioning of the economy, Competition Law needs to intervene and help in a country's daily economic life. In this article, the author encourages academic institutions to participate more actively in the development of this important subject.

Loading

Article metrics loading...

/content/codi/45/2/EJC27445
2004-01-01
2016-12-03
This is a required field
Please enter a valid email address
Approval was a Success
Invalid data
An Error Occurred
Approval was partially successful, following selected items could not be processed due to error