1887

oa Codicillus - What impact will the Kyoto Protocol have on global climate change?

 

Abstract

Umbhali uqhakambisa ezinye zezingqinamba ezingahle zibe nomthelela ekusebenzeni ngempumelelo kohlelo olubhekene nokuguquka kwesimo sezulu. Uveza ezinye zezimpawu ezisemqoka ezinikeza isivumelwano saseKyoto isimo saso esingafani nalutho olunye. Ngemva kwalokho, ucubungula ukuthi ngabe izimpawu ezigqamile zeKyoto zizoba namphumela muni, uma ukhona, ekhonweni lohlelo lokuguquka kwesimo sezulu lokuvimba ukuguquka kwesimo sezulu okwenzeka emhlabeni jikelele. Umbhali ubona ukuthi izinhloso zesivumelwano saseKyoto ziye zabekwa zaba sezansi kakhulu ukuthi zingaba nomphumela wangempela. Uma ngabe ukucabangela ezomnotho kuyikhona okusetshenziswayo ukuthola imiphumela kunempilo yomhlaba wonke, ukuguquka kwesimo sezulu kuseyingozi ekhona ngempela. End

This article highlights some of the issues that may impact on the efficacy of the climate change regime. It sets out some of the key features that give the Kyoto Protocol its unique character. The impact, if any, that the distinctive features of Kyoto will have on the ability of the climate change regime to stem the tide of global climate change is evaluated. The author contends that the goals of the Kyoto Protocol have been set too low to make any real impact. As long as economic considerations rather than global health determine outcomes, climate change remains a real threat. End

Loading

Article metrics loading...

/content/codi/46/1/EJC27461
2005-01-01
2016-12-03
This is a required field
Please enter a valid email address
Approval was a Success
Invalid data
An Error Occurred
Approval was partially successful, following selected items could not be processed due to error