1887

oa Codicillus - Categorisation to determine beneficiaries of affirmative action : advantages and deficiencies

 

Abstract

Categorisation as a method is generally used in law to determine the beneficiaries of affirmative action. Inherent in the method are advantages but also deficiencies. The latter include over-inclusiveness, the fact that those better off in the categories generally benefit from affirmative action, under-inclusiveness, and the fact that multiple disadvantage is not recognised. In this article, the author argues that shortcomings of categorisation, which result in affirmative action measures not reaching their intended beneficiaries, should be acknowledged and dealt with. End

Ukuhlelwa ngokwemikhakha njengendlela esetshenziswayo, kuvame ukusetshenziswa kwezomthetho ukuthola labo okumele basizakale ngokubonelelwa kwalabo ababencishwe amathuba ngaphambilini. Kule ndlela kunamaphuzu amahle akhelwe kuyo kodwa kukhona nezinto ezintulekayo kuyo. Leli phuzu lokugcina libandakanya ukufakwa kwabantu kuze kweqe, iqiniso lokuthi labo abasesimweni esingconywana kule mikhakha kaningi bayasizakala ekubonelelweni kwababencishwe amathuba, ukufakwa kwabantu ngendlela engenele, kanye, nephuzu lokuthi ukuba sesimweni esingesihle okuphindaphindekile akwemukelwa. Kulo mbhalo, umbhali uveza ukuthi amaphutha okuhlelwa ngokwemikhakha aye abe nomphumela wokuthi ukubonelelwa kwababencishwe amathuba kungafiki kulabo okuhloswe ukuthi basizakale, kumele avunywe bese eyalungiswa. End

Loading

Article metrics loading...

/content/codi/46/2/EJC27479
2005-01-01
2016-12-05
This is a required field
Please enter a valid email address
Approval was a Success
Invalid data
An Error Occurred
Approval was partially successful, following selected items could not be processed due to error