1887

oa Codicillus - A critical look at the legal framework for arts, culture and heritage

 

Abstract

The author provides a critical perspective on the constitutional and legislative frameworks associated with several of the most prominent implementing agencies in arts, culture and heritage in South Africa. The agencies selected are the National Arts Council, declared institutions and flagships, the Pan South African Language Board or PanSALB, the South African Heritage Resources Agency, the South African Heritage Resources Agency Council and the National Heritage Council. Employing the pragmatic methodology known as 'reason informed by experience' as taught by Anne and Bob Seidman, she identifies gaps in the legal framework, as well as multiple and overlapping mandates and functions. She also comments on the usefulness of the 'arm's-length' principle in the South African context.

Umbhali ucubungula ngokuhlaziya izinhlaka zomthethosisekelo nezokushaywa komthetho ezihambisana neningi lezinhlangano ezivelele kunazo zonke ezisebenza ukubhekela ukwenziwa kwalokho okubekwe ngokomthetho kwezobuciko, ezamasiko nezamafa eNingizimu Afrika. Izikhungo ezikhethiwe yiNational Arts Council, izinhlangano ezikhonjiwe nezibekwe njengezigqamile zengamela, iPan South African Language Board noma i-PanSALB, iSouth African Heritage Resources Agency Council kanye neNational Heritage Council. Ubona amagebe akhona ohlakeni lolo kanye namagunya nemisebenzi eyenziwayo emininginingi netholakala ngokufanayo ezindaweni ezingaphezu kweyodwa, ngokuthi asebenzise indlela yokwenza izinto eyaziwa ngokuthi 'yisizathu esesekelwe kosekuhlangatshezwane nakho' njengoba ifundiswa ngu-Anne noBob Seidman. Uphawula ngokusebenza kahle komgomo wo'kubambela kude' esimweni saseNingizimu Afrika.

Loading

Article metrics loading...

/content/codi/47/1/EJC27493
2006-01-01
2016-12-07
This is a required field
Please enter a valid email address
Approval was a Success
Invalid data
An Error Occurred
Approval was partially successful, following selected items could not be processed due to error