1887

oa Codicillus - The stare decisis doctrine : the beginning of the end for Zimbabwe?

 

Abstract

EZimbabwe, ngokulandela umyalo wokuthi uma inkantolo ithathe isinqumo esithile lezo zinkantolo ezingaphansi kwayo kufanele zinikeze isinqumo esifanayo uma kudingidwa udaba olufana nalolo, izinqumo ezithathwe ngaphambilini ziyimithombo enegunya yomthetho. Kodwa-ke, ngezinye izikhathi, ngaphansi kwezimo ezithile, iNkantolo eNkulu, njengenkantolo enkulu kunazo zonke eZimbabwe, izoguquka kusinqumo esithile esithathwe ngesikhathi esedlule. Umbhali uveza ukuthi uhlelo lolo lusebenza kanjani nokuthi kungani lusebenza eZimbawe. Umbhali ubona ukuthi icala likaNtini Masuku, elithathelwe isinqumo yiNkantolo ePhakeme yakwaBulawayo, libeka ukungabaza kulo myalo. Umbhali ucubungula lesi sinqumo, abuye azame ukukhombisa ukuthi okuphawulwe ngamajaji mayelana nohlelo lwezinqumo ezandulelayo akunembi, futhi, ngenxa yomlando yokuguqulwa koMthethosisekelo waseZimbabwe, kumele sibukwe ngokucophelela.

In Zimbabwe, in accordance with the stare decisis doctrine, previous decisions are authoritative sources of law. However, on occasion, under certain circumstances, the Supreme Court, being the most senior court in Zimbabwe, will depart from a particular decision taken previously. The author illustrates how and why the system applies in Zimbabwe. The author is of the opinion that , decided by the Bulawayo High Court, casts a shadow on this doctrine. The author critically analyses this judgment, and tries to show that the comments of the justices in relation to the precedent system are incorrect and, in the light of Zimbabwe's Constitutional amendment history, should be viewed with caution.

Loading

Article metrics loading...

/content/codi/47/2/EJC27510
2006-01-01
2016-12-05
This is a required field
Please enter a valid email address
Approval was a Success
Invalid data
An Error Occurred
Approval was partially successful, following selected items could not be processed due to error