1887

oa Codicillus - Important aspects with regard to the investigation of aircraft accidents and incidents

 

Abstract

Kulo mbhalo kuqhakanjiswa amaphuzu ehlukahlukene abalulekile mayelana nokuphenywa kwezingozi nezehlakalo ezibandakanya izindiza. Ukubaluleka kwalolu daba kwesekelwa yiqiniso lukuthi izingozi nezehlakalo ezinjalo zingahle zibe nomphumela obucayi ongahlosiwe, ongahle udale isixakaxaka nongalindelwe kwezobunjiniyela, ezomthetho nakwezomthetho imbala. Kuhloswe ngawo ukubeka amabalengwe ngezingqinamba ezithile, hhayi ukucubungula kabanzi wonke amabangana afanele. Izingozi nezehlakalo ezibandakanya izindiza ezibhaliswe eNingizimu Afrika nakwamanye amazwe nezibhaliswe kwamanye amazwe ezingaphakathi komhlaba weRiphabhuliki yaseNingizimu Afrika, ziyaphenywa yiSouth African Civil Aviation Authority, okungumsebenzi wayo phakathi kokunye, ukuphenya izingozi nezehlakalo zokundizayo ezingaphakathi kweRiphabhuliki yaseNingizimu Afrika. Kubuywe kubhekwe nesimo mayelana nezingozi ezenzeka ngaphandle kwemingcele yaseNingizimu Afrika ezibandakanya izindiza ezibhaliswe eNingizimu Afrika.

In this article, various important aspects in respect of the investigation of aircraft accidents and incidents are highlighted. The importance of this issue is underlined by the fact that such accidents or incidents may have serious engineering, technical, legal and even political ramifications and repercussions. It is intended to give a broad overview of certain issues, and not to provide a detailed study of all the relevant facets. Accidents and incidents involving South African and foreign-registered aircraft within the territory of the Republic of South Africa are investigated by the South African Civil Aviation Authority, whose task it is to inter alia investigate aviation accidents and incidents within the Republic of South Africa. The position regarding accidents involving South African registered aircraft outside the borders of the Republic of South Africa is also dealt with.

Loading

Article metrics loading...

/content/codi/47/2/EJC27511
2006-01-01
2016-12-03
This is a required field
Please enter a valid email address
Approval was a Success
Invalid data
An Error Occurred
Approval was partially successful, following selected items could not be processed due to error