1887

oa Codicillus - Die juridiese implikasies van die transnasionale vervoer van gevaarlike afvalstowwe

 

Abstract

Lo mbhalo ubhekene nokuhanjiswa kwezinto ezinobungozi ezeqiswa imingcele ngaphakathi kwezifunda zeSouthern African Development Community (SADC) ne-European Union (EU). Umbhali uqhathanisa imithetho eshayiwe nemitheshwana ephethe ukuhanjiswa kwezinto ezinobungozi ezeqiswa imingcele ezifundeni ezimbili. Ucwaningo lukhombise ukuthi ukuthuthwa ngendlela ephephile kwezinto ezinobungozi kwencike hhayi kuphela ezixazululweni zomthetho eziyimpumelelo, kepha nasekubambisaneni okwenziwa ngokuzithandela phakathi kwamazwe. Yize izindawo ezahlukahlukene zichaza isigejana samagama esithi "izinto ezinobungozi" ngokwehlukana, zihlanganiswa yinhloso efanayo yokuhanjiswa ngokuphepha kwezinto ezinobungozi. Le nhloso itholakala kumazwe ngamazwe, kanye nasesifundeni se- SADC.

This article deals with the transboundary transport of hazardous material within the Southern African Development Community (SADC) and European Union (EU) regions. The author compares the legislation and regulations that govern the transboundary transport of hazardous material in the two regions. The study has shown that the safe transportation of hazardous material is dependent on not only effective legal remedies, but also voluntary cooperation between countries. Although the various jurisdictions define the term 'hazardous material' differently, they are united by the common purpose of the safe transportation of the hazardous material. This purpose obtains internationally, as well as in the SADC region.

Loading

Article metrics loading...

/content/codi/47/2/EJC27512
2006-01-01
2016-12-02
This is a required field
Please enter a valid email address
Approval was a Success
Invalid data
An Error Occurred
Approval was partially successful, following selected items could not be processed due to error