1887

oa Codicillus - Key issues for foreign understanding of Chinese law

Volume 43, Issue 1
  • ISSN : 0010-020X

 

Abstract

Amaphuzu asemqoka ekuqondisisweni ngabangaphandle komthetho wamaShayina


Leli phepha lilandela umgudu womlando nokuthuthuka kwesayensi yezomthetho waseShayina njengoba sekwanda ukuhwebelana nokutshalwa kwezimali phakathi kweNingizimu Afrika nePeople's Republic of China. Ngenxa yezizathu ezahlukahlekene zokuhlalisana nezezombusazwe, ukufundwa kwezomthetho waseShayina kwakuyinto enganakiwe kwezomthetho waseNingizimu Afrika, kepha umbhali ubeka ukuthi kungatholakala izifundo ezibalulekile ekufundweni kwezomthetho waseShayi-na. Kulo mnikelo, umbhali uchaza izithiyo abacwaningi bangaphandle okumele bazinqobe uma befunda ngesayensi yezomthetho waseShayina, futhi wenthula iziphakamiso ezilusizo mayelana nendlela ngezinyathelo ezingase zithathwe mayelana nalokhu.

Loading full text...

Full text loading...

Loading

Article metrics loading...

/content/codi/43/1/EJC27389
2002-05-01
2016-12-10

This is a required field
Please enter a valid email address
Approval was a Success
Invalid data
An Error Occurred
Approval was partially successful, following selected items could not be processed due to error